- related posts -

JOYOUS 2 – UTHANDO OLUNGAKA LYRICS By Xoli Nkosi

0 635


Artiste Country Origin:




- Advertisement -

Ngatholuthando ngiphiwumusa
Ngikhululiwe ngahlanzwa ngegazi
Ngatholuthando ngiphiwumusa
Ngikhululiwe ngahlanzwa ngegazi
CHORUS
Luthando olungapheliyo 
OlukaJesu qha
Nomusa esawuphiwayo
Wanele bonke bo
Luthando olungapheliyo 
OlukaJesu qha
Nomusa esawuphiwayo
Wanele bonke bo
(Woza nawe)
Woza ke nawe ke
Uzotholukuphila
Woza ke nawe ke
Buyelekhaya
Umufun’ uthando
Umufun’ ukuthula
UJesu umhlobo wathi
Woza kimi ngiyokuphumuza
Uthando luyabekezela
Aluzifunel’ okwalo
Lubanzi lujulile
Uthando luyaxolela lumnene
Uthando luka Jesu
(Oh uthando)
(Chorus)
(Woza nawe)
Woza ke nawe ke
Uzotholukuphila
Woza ke nawe ke
Buyelekhaya
(Chorus)
Read More!
1 of 500

Subscribe to our newsletter
Sign up here to get the latest news, updates and special offers delivered directly to your inbox.
You can unsubscribe at any time

- related posts -

- related posts -

Leave a comment